
Shipping Estimate
USA
- USA
- CAN
- USA
- CAN
Ships within 48 hours · Estimated delivery Jul 7 - Jul 12
For Your Every Summer RSVP, with Code: SUMMER15
Description
Nubian Princess Princesses SeriesAbakwa Nubian Princess Series bayayihlonipha intsha yaseZwenikazi i Afrika. Indaba ngeNkosazane yaseBukhosini bakwaZulu ixoxa ngoMntwana uZinhle nomndeni wakubo ababalekela eSwatini emva kokuzwa ngetulo lokuzama ukusoconga uyise. INkosi u Andile icabanga ngesu lokugcina amasiko nezinto zendabuko yakhe kungashabalali. Izindlela ezintsha zokuphila zizobathinta kanjani abantwana bakhe? Indodakazi yakhe uZinhle ihlale inemicabango eyahlukile futhi
Abakwa Nubian Princess Series bayayihlonipha intsha yaseZwenikazi i-Afrika.
Indaba ngeNkosazane yaseBukhosini bakwaZulu ixoxa ngoMntwana uZinhle nomndeni wakubo ababalekela eSwatini emva kokuzwa ngetulo lokuzama ukusoconga uyise.
INkosi u-Andile icabanga ngesu lokugcina amasiko nezinto zendabuko yakhe kungashabalali. Izindlela ezintsha zokuphila zizobathinta kanjani abantwana bakhe? Indodakazi yakhe uZinhle ihlale inemicabango eyahlukile futhi ezimele. Kungayishintsha ukuyiphoqa ukuthi ihambele umkhosi womhlanga? Kuzokwenzakalani uma seyihlangana noMntwana uMandlenkosi, naye ongowokufika eSwatini?
Izithombe ezihehayo zikachwepheshe kwezokudweba,uSifiso Yalo, zilunothisile loludaba futhi zizoletha isasasa kubafunndi abaneminyaka yobudala esukela kweyi-6 kuze kufike ngisho kubantu abadala abaneminyakaengama-96.
Nazi ezinye izincwadi ezikwiqoqo lalombhali: Indaba ngeNkosazane yamaXhosa, Indaba ngeNkosazane yamaSwati, Indaba ngeNkosazane yamaPedi, Indaba ngeNkosazane yabeTswana, Indaba ngeNkosazane yomaTshonga, Indaba ngenkosazane yomaNdebele, Indaba ngeNkosazane yomaVenda, Indaba ngeNkosazane yomaYourouba, kanye neNdaba ngeNkosazane yomaMandingo.
Shipping Notes
- Free Standard Shipping on $100+ Orders to the USA.
- Except Preorder products are shipped in 48 hours.
- Delivery to the USA:
- Standard Shipping : 3-10 business days
- If time is of the essence, please consider selecting expedited delivery for faster service.
Exchange/Return Notes
- We offer a 30-day return/exchange service after receiving.
- Final sale items are not eligible for returns or exchanges.
- To process your return/exchange, please contact us at [email protected]
- Please click here for more details>>> Return & Exchange Policy